Advertse Here
178 Reads
File Added: Jul 19, 2017
Lyrics Added: Sep 13
Sjava
Artiste:
Year:
2017
Added By:
Sep 13, (2018-09-13)

Read Lyrics:

Lyrics of amafu by Sjava Lyrics
Ehhh hayayayaya yo
Ngyolala ngimbonile owakwam
Ngyolala ngimbonile

[Chorus x3]
Noma lingaguqul' amafu
Noba kungadum' izulu
Noma kungathiwani
Ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami

Ngizobe ngi li (x2)
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngi li (x2)
Ngizobe ngilindile (x7)

Indlel' engimkhumbule ngayo
Ngizwe ngathi ngiyasangan' ekhanda
Bayajabula abakubonayo laph' ukhona sthandwa sam

Hayi akubona ubuhle bomuntu lobu
Uphuphuzel' uboy' ebsweni
Sithi unyathela ngabantwana
Angisakhulumi ngamehlo ngathi yongelosi

Awu shon' amalanga, shona malanga
Mina ngiyobon' udali
Ngathi neskhathi sesihamba kanance
Ba bekuya ngam ngabe sengihleli
Sixoxa ngothando lwethu
Sibukan' emehlweni

Ngathi ngiyambona esemoyizela
Ngathi ngiyambon' esemamatheka
Ngathi ngiyambon' esengishalazela
Futhi unamahloni njalo nje

[Chorus x3]
Noma lingaguqul' amafu
Noba kungadum' izulu
Noma kungathiwani
Ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami

Ngizobe ngi li (x2)
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngi li (x2)
Ngizobe ngilindile (x7)

Yazi luhl' uthando lwethu bo
Int' intle ayidingi koniwa
Bazamile bahlulekile bonke
Ebebethi banginyindela kuwe

Ngithand ukuthembeka kwakho mina dali
Nokungithanda ngoweqiniso
Ngiyathembisa ngeke ngikuphoxe
Ngibukanise ngawe nezwe lonke

Phela wena ngakucel' enkosini
Uthando lwakho luyisibusiso kimi
Kushoda abakini, ngibona abakini
Ngithumle inkomo le kini
Shaye 'iphelele inkomo zamalobolo
Ngi'shaye ziphelel, phelel inkomo zamalobola

[Chorus x3]
Noma lingaguqul' amafu
Noba kungadum' izulu
Noma kungathiwani
Ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami

Ngizobe ngi li (x2)
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngi li (x2)
Ngizobe ngilindile (x7)


Listen Song Online
Lyrics Tags:
All Sjava Lyrics, amafu lyrics

Get daily Lyrics Updates

Enter Your Email Address

Check these Lyrics too..

Name
Captcha:
1 + 4 =
[ CLOSE ]
Waploaded Donate
Init: 0.0031509399414062 Init to Head: 0.95607805252075 Head to Foot: 0.00057291984558105